Ngicela weseke I-Dawud TV ngokuthi u-Subscribe ngokukhokha imali ongakwazi ukuyi khokha.
Uzokwazi ukuxhuamana nami, nokuthola ulwazi mayelana nezinto ezahlukahlukene ezithinta I-Social Media.
Izindaba uzozithola zivutha amalangabi.
To Join click here: https://www.youtube.com/channel/UCP6G_ajRM6QKreh-jG04t3w/join
source
Ewu nale zangonake laphuma iqhina embizeni? ? ? ? ?
Ubushimane into enje. Lofuko wendoda khuzani
Uyaloya yingakho nje mina ngingayingeni ????
Akatshenwa Umuntu ukuthi ufuna ukumdlisa futhi angeke udlise Umuntu ungasoli lutho
Akudliswa intombi kodwa kudliswa umfazi ngenhloso yokwakha umuzi.Futhi ke akakaze atshelwa umfazi ukuth' usuyamubiyela.Imizi nemizi inezikhonkwane zakhona eqiniswa ngazo.
Iyisishumane maan why udlisa mfazi abafazi bebangaka yesesssss???????
Aibo icala lani lelo elingavulwa,kanti kwakubulawa umuntu yini la,ningazodlala nje ngamaphepha enkantolo azomosheka
Akadliswanga qha ufumene idoda eyitypi yakhe uyaxoka
Leliphi icala elingavula ngokutyisa umfazi?
????phezukwakhe ngeskhafulo
Ziyakhala Nkosyam???
lomzokhona udinga inhlavu kuphela sishimane lento
Lol ? ? Lendoda madoda